Mama Ngiyabonga
Hawu ngab’angikho emhlabeni
Ukube akavumang’umama
Hawu ngab’angikho emhlabeni
Ukube akavumang’umama
Inyanga eziyishiyakalolunye esiswini salomuntu
Wayenothando ngami umama
Inyanga eziyishiyakalolunye esiswini salomuntu
Wayenothando umama
Ukube akaqiniselanga umama ngabe angikho la
Ukube akaqiniselanga umama ngabe angikho la
Dankie mama, mama ngiyabonga
Ngingabala ngithini
Imisebenzi kamama emihle

Into owangichaza ngayo mama ncence
Dankie Mama (Wadlala kakhul’umama ngencence)
Into owangichaza ngayo mama ncence
Dankie Mama (Oh mama ngoyabonga)
Into owangichaza ngayo mama ncence
Dankie Mama (Phela wadlal’umdlalo lapho)
Ngingabala ngithini
Imisebenzi kamama emihle
Ngingabala ngithini (Oh miningi imisebenzi kamama)
Ngingabala ngithini
Imisebenzi kamama emihle
Ngingabala ngithini (Oh mama ngiyabonga)
Ngingabala ngithini
Imisebenzi kamama emihle
Ngingabala ngithini