Dear Pro

Touchline, RED BUTTON, Big Zulu

Izosmosha, I need this I gotta go
Ay, ake ngiqale ngokuthi rest in peace baba Pro
Mkhize Khabazela ekaMavovo izel' intombi
Zasho ngiphelelela la ngesaMageba, ayiqedw' inkosi
Basabhukud' esizibeni sakho, kusesenzima ukushintsha iflow
Dear baba Pro, ngikubhalele lencwadi
Iphethwe yiy'ngelosi, asithembe izofika ngeskhathi
Sakhala say'thulisa, iy'nyembezi zisagcwel' ikasi
Wawusishaya ngaphakathi ngeflow kodwa singaphalazi
Khabazela ngiyak'khumbula, kuwe akekho obengabuya
Wawuyinjulabuchopho, iflow uyigingqa nje kalula
Sabhekana suyanquma, kusheshe kuculwe uHallelujah
Ungenandaba no brown, umhlabath' uwugcwalisa isfuba
Mina ngiyazi number one Soweto boy
Abantu ba blind, ngiyabazwela bebengakuboni
Inkabi ayizondi, Khabazela ubungagobi
Udokotela akekho ongathi ubunga mjovi

Bathi woz' uzobabona abantu bakhona (Woz' uzobabona abantu bakhona)
Bashaya izinto zakhona, vuli sekele vuli sekele (Benzani sekele, sekele)
Woz' uzobabona abantu bakhona (Woz' uzobabona abantu bakhona)
Bashaya izinto zakhona, vuli sekele vuli sekele (Benzani sekele, sekele)

Beng'cela banga s'kremi bade mpintshi
Ngamane askies asdlali makuy' stayela sakho iching ilali
Mara zista sbali uMkhize hay kabi
I chief yemzansi beku' Ronaldo' ngalmissi pali khohlwa
Besibahlanyisa ema zone 6 sphethe u city no cap
Lapha ema Gold Reef, bese fika senza amasimba
Mara siba low-key, law' hambha khona ushiye amabars Pro-ink
And istradi bes'sukuma bade lami
Sbangena tough bes'fukuza bade lami
Nom'ugrab bew'khuluma bade lami
Mababona mina ngzobakhumbuza bade lami

Lekado ingkhumbuz'uPiaro
Injalo phela ben'mosha noBrikado

Bathi woz' uzobabona abantu bakhona (Woz' uzobabona abantu bakhona)
Bashaya izinto zakhona, vuli sekele vuli sekele (Benzani sekele, sekele)
Woz' uzobabona abantu bakhona (Woz' uzobabona abantu bakhona) (Ekse)
Bashaya izinto zakhona, vuli sekele vuli sekele (Benzani sekele, sekele)

Sho, and ucava bani opheth' I flow this deep elokishin
Siydlale kuze kublo' wispeaker
Dope 16 ngiybhale then I go to sleep
I wanna make p.r.o, p.r.o you dig
Soul to speak ang fake I know these streets
The boy is too fit I'm standing on my own two feet
T-shirt ebhalwe hambha kahle I hope you see
Bek ngamelanga kube ubuso buka Pro kules'kipa
Yea and you never got to see covid
We had to vaccinate the virus cause you so sick
The throne is yours yithi ngik sulel' istulo quick
Nothing changed kusese nguwe ophethe umbuso king

Bathi woz' uzobabona abantu bakhona (Woz' uzobabona abantu bakhona) (Ekse)
Bashaya izinto zakhona, vuli sekele vuli sekele (Benzani sekele, sekele)
Woz' uzobabona abantu bakhona (Woz' uzobabona abantu bakhona)
Bashaya izinto zakhona, vuli sekele vuli sekele (Benzani sekele, sekele)

Beliebteste Lieder von Big Zulu

Andere Künstler von African hip hop