Nomalanga

CAIPHUS KATSE SEMENYA, MBULU LETTA

Ahhh namhlanje inhliziyo yami ibuhlungu babo
Ngiyozishiya ngiyozishiya ingane zami mina

(Ngakushiya weNomalanga)
(Nganishiya weNomalanga)
Manje inhliziyo yami ibuhlungu namhlanje
(Ngakushiya weNomalanga)
(Nganishiya weNomalanga)

Ngawushiya umuzi wami bo (Ngawushiya umuzi wami)
Awu ngithembe sithandwa sami bo (Ngawushiya umuzi wami)

(Shiye babo wowowo)
(Wowowo Nomalanga)

(Shiye babo)
Shiye babo (Wowowo)
Wo wowo (Wowowo)
Wo Nomalanga (Nomalanga)

Bathi shiye babo (Shiye babo)
Shiye babo (Wowowo)
Namhla ngiyahamba (Wowowo)
Ngibheke ezinkomponi (Nomalanga)

Wangibuza uDeborah (Shiye babo)
Wathi shiye babo (Wowowo)
Iminyaka emihlanu (Wowowo)
Ayi ngizoyiqeda (Nomalanga)

Uma abaphansi bevuma (Shiye babo)
Shiye babo (Wowowo)
Ngizakukhumbula (Wowowo)
Sithandwana sami (Nomalanga)

Sukulinda (Sula inyembezi)
Sula inyembezi (Nomalanga)
Ah Nomalanga (Kudabuka)
Awazi ngani (Eyami inhliziyo)

Kudabuka eyami inhliziyo (Sula inyembezi)
Sula inyembezi (Nomalanga)
Oh Nomalanga (Kudabuka)
Kudabuka eyami inhliziyo (Eyami inhliziyo)

Hey he (Sula inyembezi)
Ngithi sula inyembezi (Nomalanga)
Ah Nomalanga (Siyobuya)
Siyobuya sibonane (Sibonane)

Ayi yebo (Sula inyembezi)
Sula inyembezi (Nomalanga)
Ah Nomalanga (Siyobuya)
Soke basihlukanise (Sibonane)

Hayi wena (Shiye babo)
Wowowo yebo (Wowowo)
Wowo wowo (Wowowo)
Zinto ziyojika (Nomalanga)

Ah ho (Zojik’ izinto)
Sekuseduzane Nomalanga (Zojik’ izinto)
Sekuseduzane uyangizwa (Zojik’ izinto)
Sekuseduzane ngiqinisile (Zojik’ izinto)
Sekuse (Duzane thula Nomalanga)

(Sul’ inyembezi Nomalanga)
(Siyobuya sibonane)
Ngithi sul’ inyembezi (Sul’ inyembezi)
Hayi Nomalanga (Nomalanga)
Siyobuya (Siyobuya sibonane)

Hayi yebo (Sul’ inyembezi)
Ngithi sul' inyembezi (Nomalanga)
(Kudabuka)
Kudabuka eyam (Eyami inhliziyo)

Ngithi sul' inyembezi (Sul’ inyembezi)
(Oh Nomalanga)
(Kudabuka eyami inhliziyo)

Hayi shiya hoho (Shiye babo)
Shiye yebo (Wowowo)
Wouwo ma (Wowowo)
Hayi (Nomalanga)

Ziyo jik' izinto (Zojik’ izinto)
Sekuseduzane Nomalanga (Zojik’ izinto)
Sekuseduzane uyangizwa (Zojik’ izinto)
Okungapheli kuyahlola kuyahlola (Zojik’ izinto)
Okungapheli kuyahlola kuyahlola (Zojik’ izinto)

Soze mina ngifel' ezinkomponi hayi hayi hayi (Zojik' izinto)
Okungapheli kuyahlola kuyahlola (Zojik’ izinto)
Sekuseduzane uyangizwa (Zojik’ izinto)
Inkomo ziyobuyela esibayeni (Zojik’ izinto)
Sekuseduzane uyangizwa (Zojik’ izinto)
Bayokhula abafana babuye ngomoyo (Duzane thula Nomalanga)

Wissenswertes über das Lied Nomalanga von Caiphus Semenya

Auf welchen Alben wurde das Lied “Nomalanga” von Caiphus Semenya veröffentlicht?
Caiphus Semenya hat das Lied auf den Alben “Streams Today, Rivers Tomorrow” im Jahr 1984, “The Very Best Of” im Jahr 1996, “A Taste Of Caiphus Semenya” im Jahr 2004, “Collections” im Jahr 2011 und “Live at Carnival City” im Jahr 2011 veröffentlicht.
Wer hat das Lied “Nomalanga” von Caiphus Semenya komponiert?
Das Lied “Nomalanga” von Caiphus Semenya wurde von CAIPHUS KATSE SEMENYA, MBULU LETTA komponiert.

Beliebteste Lieder von Caiphus Semenya

Andere Künstler von African music