Isiphambano
Entaben'ekude
Kwem'isiphambano
Esinobuhlungu nehlazo
Ngisithanda sona
Ngob'uJesu wafa
Ngenxa yezwe ngangisekoneni
Kungakho ngisibabaza sona, sona
Ngize ngibeke phans'umthwalo wezono
Ngizobambelela kusona isiphambano
Ngize ngizuze umqhele wami
Leso siphambano
Esadelwa izwe
Siyangimangalisa njalo
Ngoba ngenxa yaso
Jesu weza lapha
Wasithwalel'eCalvary
Kungakho ngisibabaza sona, sona
Ngize ngibeke phansi umthwalo wezono
Ngizobambelela kusona isiphambano
Ngize ngizuze umqhele wami
Esiphambanweni
Kukh'igazi lakhe
Elimangalisayo