Siyabonga Nkosi
Thina siyabonga Nkosi
Thina siyabonga Nkosi
Siyabonga Nkosi Jesu
Thina siyabonga Nkosi
Thina siyabonga Nkosi
Siyabonga Nkosi Jesu
Siyabonga Nkosi
Thina siyabonga Nkosi
Siyabonga Nkosi Jesu
Ngoba usisindisile
Wena usisindisile
Usisindisile Jesu
Ngoba usisindisile
Wena usisindisile
Usisindisile Jesu
Ngakho siyazimisela
Ngakho siyazimisela
Siyazimisela Jesu
Ngakho siyazimisela
Thina siyazimisela
Siyazimisela Jesu
Ukuhamba kahle
Ukuhamba kahle
Ukuze singaphox'ibandla
Ukuhamba kahle
Ukuhamba kahle
Ukuze singaphox'ibandla
Ngob'uJes'uzobuya
Ngob'uJes'uzobuya
Ezohlwith'umakoti wakhe
Ngob'uJes'uzobuya
Ngob'uJes'uzobuya
Ezohlwith'umakoti wakhe