Udlalelani Na?
Sekuphel'iminyaka bo
Sekwandlul'izinsuku
Kodw'awusho lutho wena
NgaloJesu wam
Sekwaphel'iminyaka bo
Sekwandlul'izinsuku
Kodw'awusho lutho wena
NgaloJesu wam
Sekwaphel'iminyaka bo
Sekwandlul'izinsuku
Kodw'awumvumanga wena
NaloJesu wam
Sekwaphel'iminyaka bo
Sekwandlul'izinsuku
Kodw'awumvumanga wena
NaloJesu wam
Awu namhl'uyavuma uyakholwa
Kusas'uyajika
Ulahl'ukukholwa
Udlalelani na wena sihlobo sam?
Awu namhl'uyavuma uyakholwa
Kusas'uyajika
Ulahl'ukukholwa
Udlalelani na wena sihlobo sam?
Awu namhl'uyavuma uyakholwa
Kusas'uyajika
Ulahl'ukukholwa
Udlalelani na wena sihlobo sam?
Wadlala, wadlala
Nang'umunt'edlala
Udlalelani na?
Wena sihlobo sam
Wadlala, wadlala
Nang'umunt'edlala bo
Wen'udlalelani na?
Wena sihlobo sam
Wadlala, wadlala
Nang'umunt'edlala
Udlalelani na?
Wena sihlobo sam