Khaya Lami

Yek'ikhaya elihle nantiya
Ngilibona ngamehl'enhliziyo
Masinyane ngiyakuya kulifica
Izwe elingijabulisayo

Sizombona uJesu phezulu
Nabalwile benqoba ukona
Masilangazelela kakhulu
Ngokukholwa sesiyababona

Khaya lam lihle hle
Ngaphesheya kwethuna ngale
Khaya lam lihle hle
Ngaphesheya kwethuna ngale

Bonke abanethemab'elinjalo
Bayazihlambulula impela
Bayalahla izono nemithwalo
Nakho konke okubabambezele

Khaya lam lihle hle
Ngaphesheya kwethuna ngale
Khaya lam lihle hle
Ngaphesheya kwethuna ngale

Oh Msindisi owasifelayo
Singangena ekhaya phezulu
Thina sonke esimlandelayo
Siyothol'intokozo enkulu

Khaya lam lihle hle
Ngaphesheya kwethuna ngale
Khaya lam lihle hle
Ngaphesheya kwethuna ngale

Khaya lam lihle hle
Ngaphesheya kwethuna ngale
Nginekhaya lami (Khaya lam lihle hle)
Hallelujah (Ngaphesheya kwethuna ngale)

Khaya lam, Khaya lam
Lihle hle
Lingaphesheya ikhay', ikhay', ikhaya lami
Lona lihle, lihle hle
Lingaphesheya, lingaphesheya lon'ikhaya
Ikhaya lami linga-linga-lingaphesheya

Nginekhaya lami (Khaya lam lihle hle)
Khaya lam (Ngaphesheya kwethuna ngale)
Nginekhaya lam (Khaya lam lihle hle)
Elihle hle (Ngaphesheya kwethuna ngale)

Nginekhaya lami (Khaya lam lihle hle)
Khaya lam (Ngaphesheya kwethuna ngale)
Mina nginekhaya lam (Khaya lam lihle hle)
Lihle hle (Ngaphesheya kwethuna ngale)

Wissenswertes über das Lied Khaya Lami von Jabu Hlongwane

Auf welchen Alben wurde das Lied “Khaya Lami” von Jabu Hlongwane veröffentlicht?
Jabu Hlongwane hat das Lied auf den Alben “Khayalami” im Jahr 2009 und “The Best Of Jabu Hlongwane” im Jahr 2014 veröffentlicht.

Beliebteste Lieder von Jabu Hlongwane

Andere Künstler von Gospel