Ngizohamba no Jesu
Kudala ngangizula ngizula emnyameni
Ngingena kuthula nothand'empilweni
Ngahlangana noJesu iNkosi yeZulu
Ngizohamba noJes'iNkosi yam
Uhlanz'inhliziyo wasus'izono zam
Akhekh'omuny'umuntu ongashintsh'impilo yam
Naw'ungasondela uthol'ukuphumula
Ngizohamba noJes'iNkosi yam
Ngizohamba (Ngizohamba noJesu)
Ngizohamba (Njalo nje ulithemba lam)
Ngizohamba (Ngizohlala noJesu)
Ngizohlala (Nguyena ongumhlobo wam)
Ngizohamba (Ngizohamba noJesu)
Ngizohamba (Njalo nje ulithemba lam)
Ngizohamba (Ngizohlala noJesu)
Ngizohlala (Nguyena ongumhlobo wam)
Woza mngane wami, woza kuJesu
Ulithemba lethu namhla naphakade
Woza mngane wami enkazimulweni
Ngizohamba noJes'iNkosi yam
Uhlanz'inhliziyo wasus'izono zam
Akhekh'omuny'umuntu ongashintsh'impilo yam
Naw'ungasondela uzothol'ukuphumula
Ngizohamba noJes'iNkosi yam
Ngizohamba (Ngizohamba noJesu)
Ngizohamba (Njalo nje ulithemba lam)
Ngizohamba (Ngizohlala noJesu)
Ngizohlala naye (Nguyena ongumhlobo wam)
Mina ngizohamba (Ngizohamba noJesu)
Ngizohamba (Njalo nje ulithemba lam)
Ngizohlala naye (Ngizohlala noJesu)
Ngizohlala (Nguyena ongumhlobo wam)
uJesu ulithemba lami
uJesu ongumhlobo wami
Ngizohamba, ngizohlala naye
(Ngizohamba)
Woza mama sihambe (Ngizohamba)
Woza baba sihambe (Ngizohamba)
Woza mfowethu, woza nawe dadewethu
Asambe siy'emnqamlezweni
Woza, woza sihambe nawe
uJesu, uJesu yedwa uyiNkosi yeZulu
Mus'ukushona ngemuva, woza asambe nawe dadewethu
Woza asambe nawe mfowethu
Siyekhona emnqamlezweni
(Ngizohamba noJesu)
Ngizohamba, mina ngizohamba (Njalo nje ulithemba lam)
Ngizohamba (Ngizohlala noJesu)
Nguyena (Nguyena ongumhlobo wam)
Ngizohamba, ungahamba nawe (Ngizohamba noJesu)
Ngizohamba nawe (Njalo nje ulithemba lam)
uJesu ulithemba (Ngizohlala noJesu)
Ngizohlala naye (Nguyena ongumhlobo wam)
Woz'asambe, woz'asambe (Ngizohamba noJesu)
Woz'asambe (Njalo nje ulithemba lam)
uJesu ulithemba, ulithemba (Ngizohlala noJesu)
(Nguyena ongumhlobo wam)
Ngithi ngizohamba (Ngizohamba noJesu)
Ngizohamba (Njalo nje ulithemba lam)
uJesu ulithemba, ulithemba (Ngizohlala noJesu)
(Nguyena ongumhlobo wam)