Kuwe [Live]

Nqaba yokuphephela kwam
Kuphepha kwam kukuwena
Siqalo nesiphetho sam
Mlomo ongaqambi manga

Sendlala indumiso, Kuwe
Mdala wezinsuku, Nguwe
Malusi omuhle, Nguwe
Themba lamathemba, Nguwe

Akekh’ofaniswa Nawe (UbuKhosi nobungqongqoshe)
Buyohlala (Buyohlala bungobakho)
Inkazimulo (Inkazimulo naw'amandla)
Usinike (Usinike ngegama Lakho)

UbuKhosi (UbuKhosi nobungqongqoshe)
Buyohlala (Buyohlala bungobakho)
Inkazimulo (Inkazimulo naw'amandla)
Usinike (Usinike ngegama Lakho)

Mlil’oqothulayo
Mandla kawapheli
My Strong Tower (Lord You reign forever more)
Akekh’onje Ngawe
Uyasabeka Ngonyama

(Sendlala indumiso, Kuwe)
Mdala wezinsuku, Nguwe (Mdala wezinsuku, Nguwe)
Malusi omuhle, Nguwe (Malusi omuhle, Nguwe)
Themba lamathemba, Nguwe (Themba lamathemba, Nguwe)

Akekh’ofaniswa Nawe (UbuKhosi nobungqongqoshe)
Nobungqongqoshe (Buyohlala bungobakho)
Inkazimulo (Inkazimulo naw'amandla)
Usinikile (Usinike ngegama Lakho)

Usinikile igunya (UbuKhosi nobungqongqoshe)
Usinikile naphakade (Buyohlala bungobakho)
Inkazimulo Yakhe (Inkazimulo naw'amandla)
Usinike (Usinike ngegama Lakho)

Sendlala indumiso (Kuwe)
Mdala wezinsuku (Nguwe)
Wena ulithemba lamathemba (Nguwe)
UnguMalusi omuhle (Nguwe)

Hey sendlala indumiso (Kuwe)
Mdala wezinsuku (Nguwe)
Malusi omuhle (Nguwe)
Wena ulithemba lamathemba (Nguwe)

Akekh’ofaniswa Nawe (Nguwe)
Mdala wezinsuku Nguwe (Nguwe)
Malusi omuhle Nguwe (Nguwe)
Themba lamathemba Nguwe (Nguwe)

Hey sendlala indumiso (Kuwe)
Mdala wezinsuku (Nguwe)
Malusi omuhle Nguwe (Nguwe)
Mnini mandla onke Nguwe (Nguwe)

Oho (Oho ho ho Nguwe)
Nguwe, Nguwe (Nguwe)
Nguwe Mvelinqangi (Malusi omuhle Nguwe)
(Themba lamathemba, Nguwe) Wena Jesu
Singaba yini ngaphandle Kwakho (Sendlala indumiso, Kuwe)
Mdala wezinsuku, Nguwe (Mdala wezinsuku, Nguwe)

Malusi omuhle Nguwe (Malusi omuhle Nguwe)
Themba lamathemba (Themba lamathemba, Nguwe)
Akekh’ofaniswa Nawe (Sendlala indumiso, Kuwe)
Akekh’olingana Nawe (Mdala wezinsuku, Nguwe)
Akekh’ongcwele nje Ngawe (Malusi omuhle Nguwe)
Akekh’omkhulu nje Ngawe (Themba lamathemba, Nguwe)

UbuKhosi nobungqongqoshe
Buyohlala bungobakho
Inkazimulo nawo amandla
Usinike ngegama

UbuKhosi nobungqongqoshe
Buyohlala bungobakho
Inkazimulo nawo amandla
Usinike ngegama Lakho

Beliebteste Lieder von Joyous Celebration

Andere Künstler von Gospel