Uyangikhathalela [Live]

Uyangikhathalela wena Nkos'uJesu
Uyangikhathalela wena Nkos'uJesu
Oh, wena Jesu wami (Uyangikhathalela wena Nkos'uJesu)
Oh, wena Jesu wami (Uyangikhathalela wena Nkos'uJesu)

Unamaceb'amahle ngami wena (Ung'hlele konk'okuhle)
Jesu, ngibusise ngilapha nginawe Baba wami (Ngoba wena ung'phethe kahle)
Nginamaceb'amahle ngami wena Baba (Ung'hlelele konko kuhle)
Ngiyabonga, ngibusisisekile ma nginawe Jesu wami
(Ngoba wena ung'phethe kahle)

Uyangikhathalela Jesu (Uyangikhathalela wena Nkos'uJesu)
Uyangikhathalela wena Jesu wami (Uyangikhathalela wena Nkos'uJesu)
Uyangikhathalela, uyangikhathalela (Uyangikhathalela wena Nkos'uJesu)
Ngezinsuku zonk'uyangikhalela (Uyangikhathalela wena Nkos'uJesu)
Uyangikhathalela, uyangikhathalela (Uyangikhathalela wena Nkos'uJesu)

Beliebteste Lieder von Joyous Celebration

Andere Künstler von Gospel