Ngizombonga uBaba

MXOLISI MFUNDO MHLONGO, SIBONGUKWANDA GIGSON NYANGIWE

Nhliziyo yam igcwel'ukubonga
Nhliziyo yam igcwel'ukubonga
Ng'fis'ukubonga kubo bonk'abantu abangesekile
Ngaze ngafika la
Ng'fis'ukubonga bonk'abantu ab'enz'imisebenzi emihle
Ukuze ng'fike langikhona

Ngicel'ukukubonga mfo kaMhlongo
Ngakho konk'okwenzileyo
Ngila ngikhona ngenxa yakho

Ng'fis'ukubonga mfo kaNzimande
Ngilangikhona nguwe wedwa
Ng'fis'ukubonga abantu bakho Yesu
Laba bengesekayo, ngilangikhona NKosi

Awuyeyeni (Baba ngizobonga)
Ngizobonga Jesu
Ngabo bonke lababantu (Wenz'okuhle kodwa ngempilo yam)
Ngizobonga Baba, ngizobonga (Baba ngizobonga)
Nhliziyo yam igcwel'ukubonga (Wenz'okuhle kodwa ngempilo yam)

Uuuh ye, uuuh ye (Baba ngizobonga)
Ngizobonga Baba wami (Wenz'okuhle kodwa ngempilo yam)
Kuhle, kuhl'abakwenzileyo kimi (Baba ngizobonga)
Ngizobonga abantu bakho (Wenz'okuhle kodwa ngempilo yam)

Hey abazi abantu
Mababona bangibona senginje
Hey abazi ngisuka phi

Hey abazi abantu
Bona Baba bangibona senginje
Abazi ngisuka phi

Hayi abomndeni wami Amaqwath'amahle ngiyabonga
Asibambaneni sibemunye, umuntu ngumuntu ngabantu

Aah ha ha ngizobonga (Baba ngizobonga)
Ngizobonga Baba (Wenz'okuhle kodwa ngempilo yam)
Ooooh yeyeye (Baba ngizobonga)
Ngiyabonga (Wenz'okuhle kodwa ngempilo yam)
Ooh yehehe (Baba ngizobonga)
Ngizobonga Baba (Wenz'okuhle kodwa ngempilo yam)

Ake ngibonge, ngibonga kuwe Nkos'uJesu
Ngemisebenz'emihle ongenzele yona hayi babo
Ake ngibonge, ngibonga kuwe dwala laphakade
Ngemisebenz'emihle ongenzele yona ngelizwi

Ngiyabonga (Baba ngizobonga)
Ake ngibonge (Wenz'okuhle kodwa ngempilo yam)
Ngiyabonga, ngiyabonga (Baba ngizobonga)
Ngemisebenz'emihle (Wenz'okuhle kodwa ngempilo yam)

Baba ngizobonga
Wenz'okuhle kodwa ngempilo yam

Wissenswertes über das Lied Ngizombonga uBaba von Jumbo

Wer hat das Lied “Ngizombonga uBaba” von Jumbo komponiert?
Das Lied “Ngizombonga uBaba” von Jumbo wurde von MXOLISI MFUNDO MHLONGO, SIBONGUKWANDA GIGSON NYANGIWE komponiert.

Beliebteste Lieder von Jumbo

Andere Künstler von Reggaeton