Waphikelela

BABO NGCOBO, MXOLISI MFUNDO MHLONGO

Waphikela, waphikelela (Waphikela ngokukholwa)
uBartimewu impumputhe, waphikela (Waphikela noma bemthulisa)
Waphikela (Waphikela)
Wathi mangibone (Wathi mangibone)
Waphikela (Waphikela)
Ngokukholwa (Ngokukholwa)

Noma bethi thula
Noma bethi thula
Wamemeza wathi Ndodana kaDavide
Wathi mangibone

Waphikela noma bemthulisa (Waphikela ngokukholwa)
Waphikela uBartimewu noma bethi thula (Waphikela noma bemthulisa)
Waphikela (Waphikela)
Noma sebemthulisa (Wathi mangibone)
Bathi thula, thula, thula (Waphikela)
Ngokukholwa (Ngokukholwa)

Sebekukhulumile bathi ngek'uphile (Waphikela)
'Bamaz'uJehova (Ngokukholwa)
Nguyen'umanqoba uBaba ke (Waphikela noma bemthulisa)
Nguyen'umanqoba ke (Waphikela)
Phikelel'ubiz'uJesu (Wathi mangibone)
Uzokuzw'uBaba, uzokuzwa (Waphikela)
Ngokukholwa (Ngokukholwa)

Ungasabon'emehlweni, phikelel'ukholwe uJehova (Waphikela ngokukholwa)
Mtshele mangibone (Waphikela)
Uzokuzwa, uzowavul'amehlo wakho (Noma bemthulisa)
Heyi phikilela (Waphikela)
Sekunzima ungasazi ukuthi uthatheni udibanise nani (Wathi mangibone)
Phikelela (Waphikela)
Ngokukholwa (Ngokukholwa)

Waphikela ngokukholwa
Waphikela noma bemthulisa
Waphikela
Wathi mangibone
Waphikela
Ngokukholwa

Wissenswertes über das Lied Waphikelela von Jumbo

Wer hat das Lied “Waphikelela” von Jumbo komponiert?
Das Lied “Waphikelela” von Jumbo wurde von BABO NGCOBO, MXOLISI MFUNDO MHLONGO komponiert.

Beliebteste Lieder von Jumbo

Andere Künstler von Reggaeton