Gyjima

Sengizwile
Sendifile
Ndidikiwe
Izinto zishintshile

Yin' lekwenz' ungalali ekhaya ebusuku
Ngtshele yin' lekwenz' ungalali ekhaya ebusuku
Ngithi hamba juba bayokuchuta phambili
Ngithi hamba juba bayokuchuta phambili, wena

Ndifundiswe nguwe
Konke ndikwenzayo ndibone kuwe
Ndibone kuwe
Ang'sakwazi uz' bamba ndifun' uk'fana nawe

Ungumuntu wami wena
Nami ndifun' uk'fana nawe
Sidlal' umrabaraba bese sikubiz' uthando
Ungumuntu wami wena
Nami ndifun' uk'fana nawe
Sidlal' umrabaraba bese sikubiz' uthando

Yin' lekwenz' ungalali ekhaya ebusuku
Ngtshele yin' lekwenz' ungalali ekhaya ebusuku
Ngithi hamba juba bayokuchuta phambili
Ngithi hamba juba bayokuchuta phambili, wena

Ngithi baleka, gijima, ungasabhek' emuva
Ngithi baleka, gijima, ungasabhek' emuva
Ngithi baleka, gijima, ungasabhek' emuva
Ngithi baleka, gijima, ungasabhek' emuva

Ndifundiswe nguwe
Konke ndikwenzayo ndikubone kuwe
Ndibone kuwe
Ang'sakwazi uz' bamba ndifun' uk'fana nawe

Ungumuntu wami wena
Nami ndifun' uk'fana nawe
Sidlal' umrabaraba bese sikubiz' uthando
Ungumuntu wami wena
Nami ndifun' uk'fana nawe
Sidlal' umrabaraba bese sikubiz' uthando

Ngithi baleka, gijima (Baleka gijima)
Ungasabhek' emuva (Ungabheki emuva)
Ngithi baleka, gijima (Baleka gijima)
Ungasabhek' emuva (Ungabheki emuva)
Ngithi baleka, gijima (Baleka gijima)
Ungasabhek' emuva
Ngithi baleka, gijima (Baleka gijima)
Ungasabhek' emuva (Ungabheki emuva)
Baleka, baleka, baleka
Baleka, gijima

Beliebteste Lieder von Khanyisa

Andere Künstler von Amapiano