Yang'jabulisa

Ngincuma kanjena nje nguwe (Hey)
Nginonophele nginjena nje nguwe (Haibo)
Impilo imnandi kanjena nguwe (hayi)
Uyangijabulisa
Uyangijabulisa we

Ngincuma kanjena nguwe (Hey)
Ngijabule kanjena nguwe (Hayi)
Ngigezekile nginjena nje nguwe (Hey)
Uyangijabulisa
Uyangijabulisa we

Mina ngithokoziswa nguwe
Impilo (Impilo imnandi nje nguwe)
Nhliziyo (Nhliziyo yaneliswa nguwe)
Uyangijabulisa (Oh yeah)
Uyangijabulisa (Oh yeah)

Mina (Mina ngithokoziswa nguwe)
Impilo (Impilo imnandi nje nguwe)
Nhliziyo (Nhliziyo yaneliswa nguwe)
Uyangijabulisa (Oh yeah)
Uyangijabulisa (Oh yeah)

Angisakwazi nokuziphilela (Haibo)
Impilo phandle kwakho
Am sure nabantu bangangivumela (Kuthi nguwe)
Angilutho phandle kwakho

Angisakwazi nokuziphilela (Haibo)
Impilo phandle kwakho
Am sure nabantu bangangivumela
Oh yeah baby oh yeah

Mina (Mina ngithokoziswa nguwe)
Ngithokoziswa nguwe (Impilo imnandi nje nguwe)
Imnandi nje nguwe (Nhliziyo yaneliswa nguwe)
Oh babe (Oh yeah)
Uyangijabulisa (Oh yeah)

Mina (Mina ngithokoziswa nguwe)
Thokoziswa nguwe baby (Impilo imnandi nje nguwe)
(Nhliziyo yaneliswa nguwe)
Oh babe (Oh yeah)
(Oh yeah)

Ngijabulile (Oh yeah)
Oh baby (Oh yeah)
I'm happy (Oh yeah)
(Oh yeah)

I'm happy (Oh yeah)
Ngenxa yakho (Oh yeah)
Oh yeah baby (Oh yeah)
(Oh yeah)

Mina (Mina ngithokoziswa nguwe)
Oh nguwe (Impilo imnandi nje nguwe)
Imnandi nje nguwe (Nhliziyo yaneliswa nguwe)
Oh babe (Oh yeah)
Uyangijabulisa (Oh yeah)

Oh babe (Mina ngithokoziswa nguwe)
(Impilo imnandi nje nguwe)
(Nhliziyo yaneliswa nguwe)
Oh babe (Oh yeah)
Uyangijabulisa (Oh yeah)
(Oh yeah)
(Oh yeah)

Beliebteste Lieder von Linda

Andere Künstler von Trip hop