Kukuwe
Kukuwe mntakwethu
Ungash'okuthandayo ngami
Kukuwe mntakwethu
Ungash'okuthandayo ngami
Kukuwe mntakwethu
Ungash'okuthandayo ngami
Ngingakuhlupha njalo nje, 'ma uthanda
Ngikuphathe kahle njalo nje, 'ma uthanda
Ngingakuhlupha njalo nje, 'ma uthanda
Ngik'phathe kahle njalo nje, 'ma uthanda
Ngob'abantu la ngaphandle
Abayaz'impilo yalomuzi
Ngob'abantu la ngaphandle
Abayaz'inkinga yalomuzi
Ngob'abantu la ngaphandle
Abayaz'impilo yalomuzi
Kukuwe mntakwethu
Ungash'okuthandayo ngami