Nokuthula
Ngizobon'ukuthi uzophelela phi?
(Wena Nokuthula)
Ngizobon'ukuthi uzophelela phi?
(Wena Nokuthula)
Ngizobon'ukuthi uzophelela phi?
(Wena Nokuthula)
Ngoba njalo mangik'tshela ngendaba yomendo
Ungitshela ukuthi eh wena
Awuzimisele ngomendo
Ngoba njalo mangikutshela ngendaba yomendo
Ungitshela ukuthi eh wena
Awuzimisele ngomendo
Iphika nkani mntakwethu, liyofel'enkanini, fel'emlotheni
Ngiyakutshela, uzogugel'emlotheni
Aw ngilalele uzogugel'emlotheni, ngiyak'tshela
Iphika nkani mntakwethu, liyofel'enkanini
Uzogugel'emlotheni
Ngiyakutshela, uzogugel'emlotheni
Aw ngilalele uzogugel'emlotheni, ngiyak'tshela
Ngizobon'ukuthi uzophelela phi?
(Wena Nokuthula)
Ngizobon'ukuthi uzophelela phi?
(Wena Nokuthula)