Noma Balabala
Waze wazilaya
Waze wazilaya
Awubheke lonk'ilizwe
Sebekubiza ngoNomabalabala
Waze wazilaya
Waze wazilaya
Awubheke lonk'ilizwe
Sebekubiza ngoNomabalabala
Kodwa angazi noma kuyifeshini yini na
Ukugcoba ubuso bakho bubemhlophe
Izandla zakho
Uzishiye zinjalo
Kodwa angazi noma kuyifeshini yini na
Ukugcoba ubuso bakho bubemhlophe
Izandla zakho
Uzishiye zinjalo
Ake ubheke namhlanje bayakuhleka abantu
Ake ubheke namhlanje bayakuhleka abantu
Kodwa angazi noma kuyifeshini yini na
Ukugcoba ubuso bakho bubemhlophe
Izandla zakho
Uzishiye zinjalo
Kodwa angazi noma kuyifeshini yini na
Ukugcoba ubuso bakho ngokhilimu
Izandla zakho
Uzishiye zinjalo
Waze wazilaya
Waze wazilaya
Awubheke lonk'ilizwe
Sebekubiza