Abomakhelwane
Zingipheth'izikolodo
Bangibiza ngapha nangapha (Abomakhelwane)
Zingiphethe izikolodo
Bangifuna ngapha nangapha (Abomakhelwane)
Zingipheth'izikolodo
Bangifuna ngapha nangapha (Abomakhelwane)
Abomakhelwane bafun'itswayi labo
Abomakhelwane bafun'iyimali zabo
Abomakhelwane bafun'itswayi labo
Mamelan'bomakhelwane
Anginalutho ngizonibona Friday
Mamelan'bomakhelwane
Anginalutho ngizonibona Friday
Mamelan'bomakhelwane
Anginalutho ngizonibona Friday
Woza Friday
Woza Friday
Nehlukane nokukhulumela futhi
Woza Friday
Woza Friday
Ek moet mense betaal
Abomakhelwane bafun'ipumphu yabo
Namafutha abo
Abomakhelwane bafun'ipumphu yabo
Namafutha, kodw'angisebenzi
Mamelan'bomakhelwane
Anginalutho ngizonibona Friday
Mamelan'bomakhelwane
Anginalutho ngizonibona Friday
Mamelan'bomakhelwane
Anginalutho ngizonibona Friday
Woza Friday
Woza Friday
Nehlukane neyikoloto zabantu
Woza Friday
Woza Friday
Ag, ek moet mense betaal