Ngasebenza Ngedwa

Ngasebenza ngajuluka ngedwa
Ngijulukela wena sihlakaniphi ndini
Kodwa bayasho abaziyo
Ifa leziwula lidliwa yizihlakaniphi

Ngasebenza ngajuluka ngedwa
Ngijulukela wena sihlakaniphi ndini
Kodwa bayasho abaziyo
Ifa leziwula lidliwa yizihlakaniphi

Ngiyakhala ngiyakhala ngikhala ezimathonsi
Kodwa ngiyazi izinyembezi zami ngeke ziwele phansi
Hihihi hihihi hihi hihi
Hihihi hihihi hihi hihi

Ngiyakhala ngiyakhala sengikhala izinyembezi
Kodwa ngiyazi izinyembezi zami ngeke ziwele phansi
Hihihi hihihi hihi hihi
Hihihi hihihi hihi hihi

Ngasebenza ngajuluka ngedwa
Ngijulukela wena sihlakaniphi ndini
Ngasebenza ngajuluka ngedwa
Ngijulukela wena sihlakaniphi ndini

Beliebteste Lieder von Mahlathini

Andere Künstler von African music