Sibali

Dudlu lapho kuwe mulamu wami
Ngifuna ukulamuza kuwe mulamu wami
Dudlu lapho kuwe mulamu wami
Ngifuna ukulamuza kuwe mulamu wami

Ngiyeke sibali
Ngiziqomele mina
Ufuna mina
Nodadewethu

Umfazi wokuqala
Unezingane ezine
Nodadewethu
Ezintathu naye

Ngiyeke sibali
Ngiziqomele mina
Ufuna mina
Nodadewethu

Umfazi wokuqala
Unezingane ezine
Nodadewethu
Ezintathu naye

Isithembu usiko lakhithi
Izingane ngiyazi funa
Ngandise umuzi kababa
Yingakho ngifuna ukulamuza kuwe mulamu wami

Hhayi bo
Hhayi bo sisbali
Uzosondla ngani sonke (Wo ngidl'izambane likapondo mina)

Hhayi bo
Hhayi bo sibali
Uzosondla ngani sonke (I’m Mr Money myself)

Hhayi bo
Hhayi bo sisbali
Uzosondla ngani sonke (Hooo nginezimali zami mina)

Mhlawumbe ucabang'ukuthi uneshumi lezandla
Phela unezandl'ezimbili
Mhlawumbe ucabang'ukuthi uneshumile zandla
Phela unezandl'ezimbili

Maye
Wafa yisondlo mntanomuntu
Maye
Nazi izingane phezu kwamahlombe akho
Maye
Wafa yisondlo mntanomuntu
Maye
Nazi izingane phezu kwamahlombe akho

Ayikho indlovu esindwa umboko wayo
Futhi ayikh'indoda esindwa umthwalo wayo
Obabamkhulu babethethe isithembu
Ngizohlulwa yini mina

Sibali
Maye sibali
Sibali
Maye sibali

Beliebteste Lieder von Mahotella Queens

Andere Künstler von African music