Elentulo

Aw ngibambelentulo mina
Yeka lobobumnand'ebengikubo
Mhla uthi baby can I move in with you
Yimi lowo ngivumela phezulu
Waw'ngabona ngithi impela lo nguye
Yeka lobobumnandi ebengikubo
Mhla uthi baby can I move in with you
Yimi lowo ngivumela phezulu
Waw'ngabona ngithi impela lo nguye

Juba lami, juba lam ngiyakukhumbula
Juba lami, juba lam ngiyakukhumbula

Ngibambel'entulo
Aw buya phela sthandwa sam ngiyak'khumbula
Ngibambel'entulo
Wena owathi sofa s'lahlane bheka ngilahlwa ngedwa manje
Ngibambel'entulo
Aw buya phela sthandwa sam ngiyakukhumbula
Ngibambel'entulo
Wena wathi sofa s'lahlane bheka ngilahlwa ngedwa manje

Njengob'ukhwantsha manje sosha lami
Ng'yothuliswa ngubani uma sengidede la
Njengob'uhamba manje sthandwa sam
Ngabuzobuya yini Manakazi?

Njengob'ukhwantsha manje sosha lami
Ng'yothuliswa ngubani uma sengdede la
Njengob'uhamba manje sthandwa sam
Ngabuzobuya yini Manakazi?

Juba lami, juba lam ngiyakukhumbula
Juba lami,juba lam ngiyakukhumbula

Ngibambel'entulo
Aw buya phela sthandwa sam ngiyakukhumbula
Ngibambel'entulo
Wathi sofa silahlane bheka ngilahlwa ngedwa manje
Ngibambel'entulo
Aw buya phela sthandwa sam ngiyak'khumbula
Ngibambel'entulo
Wena wathi sofa slahlane bheka ngilahlwa ngedwa manje
Ngibambel'entulo

Beliebteste Lieder von Mthunzi

Andere Künstler von Contemporary R&B