Uyangithanda

Uyangithanda
Nami ngiyamthanda
Ukuth'omunye umuntu ngek'abone
Uyangithanda
Nami ngiyamthanda
Ukuth'omunye umuntu ngek'abone
Uyangithanda
Nami ngiyamthanda
Ukuth'omunye umuntu ngek'abone

Sebeth'umuntu wami akangithandi
Ngoba akangiposti
Nina ningena kuphi lapho
Sebeth'umuntu wami akangithandi
Ngoba akangiposti
Nina ningena kuphi lapho

Ha eya eya iyaho
Ngamthand'umuntu wami
Ha eya eya iyaho
Ngamthand'umuntu wami
Ha eya eya iyaho
Ngamthand'umuntu wami

Angithi wena ungolunye uthando
Nami futhi nginolunye uthando
Dali wam angek'ubone
Angithi wena ungolunye uthando
Nami futhi nginolunye uthando
Sis wam angek'ubone

Uyangithanda
Nami ngiyamthanda
Ukuth'omunye umuntu ngek'abone

Aw muntu wami ngiyakuthanda
Aw muntu wami ngiyakuthanda
Sekuhluleke abondaba
Ngiyamthanda umuntu wam
Aw muntu wami ngiyakuthanda
Aw muntu wami ngiyakuthanda
Sekuhluleke abondaba
Ngiyamthanda umuntu wam
Aw muntu wami ngiyakuthanda
Aw muntu wami ngiyakuthanda
Sekuhluleke abondaba
Ngiyamthanda umuntu wam

Uyangithanda
Nami ngiyamthanda
Ukuth'omunye umuntu ngek'abone (Ngiyamthanda umuntu wami)
Uyangithanda
Nami ngiyamthanda(Sekuhluleke abondaba)
Ukuth'omunye umuntu ngek'abone (Ngiyamthanda ngyathanda)

Uyangithanda
Nami ngiyamthanda
Ukuth'omunye umuntu ngek'abone

Sebeth'umuntu wami akangithandi
Ngoba akangiposti
Nina ningena kuphi lapho
Sebeth'umuntu wami akangithandi
Ngoba akangiposti
Nina ningena kuphi lapho (Ngiyamthanda umuntu wami)

Ha eya eya iyaho
Ngamthand'umuntu wami

Beliebteste Lieder von Mzukulu

Andere Künstler von African music