Sobabili

Aw weh izim'ukusidlala lendoda
Ithi isthanda sobabili aw ngeke kulunge
Aw weh izim'ukusidlala lendoda
Ithi isthanda sobabili aw ngeke kulunge

Ushel'usis wami ushela mina uzam'ukuthi
Kanti mina kufuna ngenzenjan, ngikuthembe kanjani
Ngoba kusasa uzob'usufun'umngani wami
Hoh ngiyabon' ukuthi ufun'ukusixabanisa
Hoh ngyabon'ukuthi wena awuzazi
Ngikuthembe kanjani
Ngoba kusasa uzob'usufun'umngani wami

Aw weh izim'ukusidlala lendoda
Ithi isthanda sobabili aw ngeke kulunge
Aw weh izim'ukusidlala lendoda
Ithi isthanda sobabili aw ngeke kulunge

Ushil'izolo ngiya understand
Siyafana singamawele
Kod'inkinga zingotatiwe ziyangisinda
Siyabon'ukuthi sikushay'ikhanda kwadidik'inqondo
Kwavalek'amahlo wangabona
Uhamba nobani ufun'ukuhamba nobani

Aw weh izim'ukusidlala lendoda
Ithi isthanda sobabili aw ngeke kulunge
Aw weh izim'ukusidlala lendoda
Ithi isthanda sobabili aw ngeke kulunge

Hoh ngiyabon' ukuthi ufun'ukusixabanisa
Hoh ngyabon'ukuthi wena awuzazi
Ngikuthembe kanjani
Ngoba kusasa uzob'usufun'umngani wami
Siyabon'ukuthi sikushay'ikhanda kwadidik'inqondo
Kwavalek'amahlo wangabona
Uhamba nobani ufun'ukuhamba nobani

Aw weh izim'ukusidlala lendoda
Ithi isthanda sobabili aw ngeke kulunge
Aw weh izim'ukusidlala lendoda
Ithi isthanda sobabili aw ngeke kulunge

Beliebteste Lieder von Q Twins

Andere Künstler von Afrobeats