Inhliziyo

JABULANI SIHLE MAKHUBO, MFANAFUTHI RUFF NKOSI, VUYO SIMOEN DUNCAN MANYIKE

Ngisho ubaba nomama
Angeke bangikhethele ukuthi ngithandane nobani
(Inhliziyo ifuna lo emfunayo)
Abangani nab'angeke ngamane kuphele umngani inkosi impela we
(Inhliziyo ifuna lo emfunayo)

Ngifuna wena (Wena) Wena (Wena) Wena (Wena)
(Wena) wedwa (Inhliziyo ifuna lo emfunayo)

Amehlo ami awaboni abanye
Abona wena wedwa nengeke kuze kushintshe loko
Bakhuluma kabi kimi bakhulume kabi kuwe bathi
Bonani kuwe mbono loku
Bakbona kimi bo bayadlala abakhohlwe mina angeke
Ngikyeke nzokthanda njalo nongathandi yozathande

Ngisho ubaba nomama
Angeke bangikhethele ukuthi ngithandane nobani
(Inhliziyo ifuna lo emfunayo)
Abangani nab'angeke ngamane kuphele umngani inkosi impela we
(Inhliziyo ifuna lo emfunayo)

Ngifuna wena (Wena) Wena (Wena) Wena (Wena)
(Wena) wedwa (Inhliziyo ifuna lo emfunayo)

Themba lami ngiyakcela ungalinge ulalele labantu
Mabethi uthando lwethu luyophelela emoyeni
Banomona abafuni ukubona sijabulile mina nawe
Kodwa leyo aksinkinga ngoba vele abasenzeli lutho
Banjalo abantu bababhek'abantu abayifunu intenhle
Abakhohlwe bayeke mina ngawe ngigcwele

Ngisho ubaba nomama
Angeke bangikhethele ukuthi ngithandane nobani
(Inhliziyo ifuna lo emfunayo)
Abangani nab'angeke ngamane kuphele umngani inkosi impela we
(Inhliziyo ifuna lo emfunayo)

Ngifuna wena (Wena) Wena (Wena) Wena (Wena)
(Wena) wedwa (Inhliziyo ifuna lo emfunayo)

Wissenswertes über das Lied Inhliziyo von Sjava

Wer hat das Lied “Inhliziyo” von Sjava komponiert?
Das Lied “Inhliziyo” von Sjava wurde von JABULANI SIHLE MAKHUBO, MFANAFUTHI RUFF NKOSI, VUYO SIMOEN DUNCAN MANYIKE komponiert.

Beliebteste Lieder von Sjava

Andere Künstler von African hip hop