Kulomhlaba

JABULANI HADEBE, MNQOBI BAYANDA NXUMALO, MOFENYI CHISTER NOBLE KOBEDI

Kusangenzeka noma yin
Ngob'inkos' isasigcinile

Kulo mhlaba esphila kuwo, izinto zimane ukwenzeka
Amanye amadoda ayephumelela
Amanye amadoda awapheleli
Kulo mhlaba esphila kuwo, man' ukwenzeka
Amanye amadoda ayephumelela
Amanye amadoda awapheleli

Thula
Thula baba (Thula baba)
Amandl' endoda awapheli
Thula
Thula baba
Amandl' endoda awapheli

Ngiphakamisel' amehl' ami
Entabeni
Usizo lwami, usizo lwami
Luvelaphi na?
Luvela kuwe

Eloyi
Eloyi
Nkulunkulu wami, ungishiyeleni na
Send'qal' ukubona engathi
Le mpilo engiphilayo
Ak'yona eyami
Hlampe khona enye ong'bekele yona engcono

Kulo mhlaba esphila kuwo izinto zimane ukwenzeka
Amanye amadoda ayephumelela
Amanye amadoda awapheleli
Kulo mhlaba esphila kuwo mane ukwenzeka
Amanye amadoda ayephumelela
Amanye amadoda awapheleli

Thula
Thula baba
Amandl endod awapheli
Thula
Thula baba
Amandl endod awapheli

Senethembe usazobuya kimi
Senethembe usazobuya kimi
Usabusisa abanye
Ngeke angnike umthwalo ongaphez kwamandl ami
Senethembe ukuthi usazobuya kimi
Senethembe ukuthi usazobuya kimi
Usabusisa abanye
Ngeke angnike umthwalo ongaphez kwamandl ami

Eloyi
Eloyi
Eloyi
Manginga hamb' emhlabeni
Njengoba nganalutho nje
Ngiyshiyelani iyngane zami
Ziyodlani wo

Kulo mhlaba esphila kuwo, izinto zimane ukwenzeka
Amanye amadoda ayephumelela
Amanye amadoda awapheleli
Kulo mhlaba esphila kuwo mmane ukwenzeka
Amanye amadoda ayephumelela
Amanye amadoda awapheleli

Thula
Thula baba
Amandl endod awapheli

Wissenswertes über das Lied Kulomhlaba von Sjava

Wer hat das Lied “Kulomhlaba” von Sjava komponiert?
Das Lied “Kulomhlaba” von Sjava wurde von JABULANI HADEBE, MNQOBI BAYANDA NXUMALO, MOFENYI CHISTER NOBLE KOBEDI komponiert.

Beliebteste Lieder von Sjava

Andere Künstler von African hip hop