Amakhala

Lamakhala ng'yawasola bakithi
Makhulu mahala
Lamakhala ng'yawasola bakithi
Makhulu mahala

Ukube bewakwazi ukuhogela lamakhala
Abaningi bebezosinda basind'ezingozini
Ukube bewakwazi ukuhogela lamakhala
Ngisho nami beng'zosinda kulesiving'esiwumngane wami
Ukube bewakwazi ukuhogela lamakhala
Ngisho nami beng'zosinda kulesiving'esiwungane wami

Akabathand'abantu uyancishana
Kodwa mtshele ngomsebenzi niyaxabana
Oh hhe lamakhala makhulu mahala

Akabathand'abantu uyancishana
Kodwa mtshele ngomsebenzi niyaxabana
Oh hhe lamakhala makhulu mahala

Lamakhala ng'yawasola bakithi
Makhulu mahala
Lamakhala ng'yawasola bakithi
Makhulu mahala

Ukube bewakwazi ukuhogela lamakhala
Abaningi bebezosinda basind'ezingozini
Ukube bewakwazi ukuhogela lamakhala
Ngisho nami beng'zosinda kulesiving'esiwumngane wami

Akabathand'abantu uyancishana
Kodwa mtshele ngomsebenzi niyaxabana
Oh hhe lamakhala makhulu mahala

Akabathand'abantu uyancishana
Kodwa mtshele ngomsebenzi niyaxabana
Oh hhe lamakhala makhulu mahala

Beliebteste Lieder von Steve Kekana

Andere Künstler von Soft rock