Maradebe

Manj'uyajabula yini na
Uma izingane zomuny'umama zihlupheka ngenxa yakho
MaRadebe

Manj'uyajabula yini na
Uma izingane zomuny'umama zihlupheka ngenxa yakho
MaRadebe

Unembeza wakho uyazi
Ukuthi ubaba walezingane umdliseni ukuz'akhohlwe
Izingane zakhe

Unembeza wakho uyazi
Ukuthi ubaba walezingane umdliseni ukuz'akhohlwe
Izingane zakhe

Qhubeka nalowomkhuba wakh'owenzayo
Kodwa ungakhohl'ukuthi
Zibanjwa kwezikudlayo

Yebo

Qhubeka nalowomkhuba wakh'owenzayo
Kodwa ungakhohl'ukuthi
Zibanjwa kwezikudlayo
Yebo

Qhubeka nalowomkhuba wakh'owenzayo
Kodwa ungakhohl'ukuthi
Zibanjwa kwezikudlayo

Beliebteste Lieder von Steve Kekana

Andere Künstler von Soft rock