Ngavelelwa
Maye ngavelelwa mina laph'ekhaya
Ngawe dadewethu ngalemikhuba yakho
Maye ngavelelwa mina laph'ekhaya
Ngawe dadewethu ngalemikhuba yakho
Seyiminingi lemizi echitheke ngenxa yakho
Kodwa labobaba bemizi ubangena ngene ngani
Awugani nje uhlalele lokho
Awushadi nje uhlalele lokho
Awugani nje uhlalele lokho
Awushadi nje uhlalele lokho
Awugani nje uhlalele lokho
Awushadi nje uhlalele lokho
Awugani nje uhlalele lokho
Awushadi nje uhlalele lokho
Maye ngavelelwa mina laph'ekhaya
Ngawe dadewethu ngalemikhuba yakho
Maye ngavelelwa mina laph'ekhaya
Ngawe dadewethu ngalemikhuba yakho
Seyiminingi lemizi echitheke ngenxa yakho
Kodwa labobaba bemizi ubangena ngene ngani
Awugani nje uhlalele lokho
Awushadi nje uhlalele lokho
Awugani nje uhlalele lokho
Awushadi nje uhlalele lokho
Awugani nje uhlalele lokho
Awushadi nje uhlalele lokho
Awugani nje uhlalele lokho
Awushadi nje uhlalele lokho