Wophelelaphi Na

Liyin'ithemba, ongenaJesu (Liyin'ithemba lomuntu ongenaJesu)
Lapho ukufa kufika (Lapho kufik'ukufa)
Wophelela phi na wena (Wophelela phi na wena)
Wophelela phi na wena (Uhlalelen'ungakholwa)
Ngale kwethuna akuphendukwa (Ngale kwethuna akuphendukwa)

Liyin'ithemba, ongena Jesu (Liyin'ithemba lomuntu ongena Jesu)
Lapho ukufa (Lapho kufik'ukufa)
Wophelela phi na wena (Wophelela phi na wena)
Wophelela phi na wena (Uhlalelen'ungakholwa)
Uhlalelen'ungakholwa, akuphendukwa (Ngale kwethuna akuphendukwa)

Nkosi ngiza kuwe
Ngiphakamis'isandla sami
Ngithethele Baba
Ngigeze zonk'izono
Msindisi wami ngithembe wena

Ngibonile Nkosi ukuhamba kwami
Angenzanga kahle phambi kwakho
Ngizwil'intshumayelo ikhulumisana nami
Sengikhetha wena Mdali wam

Liyin'ithemba lomuntu ongena Jesu (Liyin'ithemba lomuntu ongena Jesu)
Lapho ukufa kufika (Lapho kufik'ukufa)
Wophelela phi na wena (Wophelela phi na wena)
Wophelela phi na wena (Uhlalelen'ungakholwa)
Uhlalelen'ungakholwa, akuphendukwa (Ngale kwethuna akuphendukwa)

Liyin'ithemba lomuntu ongena Jesu (Liyin'ithemba lomuntu ongena Jesu)
Lapho ukufa kufika (Lapho kufik'ukufa)
Wophelela phi na wena (Wophelelaphi na wena)
Wophelela phi na wena (Uhlalelen'ungakholwa)
Uhlaleleni ungakholwa, akuphendukwa (Ngale kwethuna akuphendukwa)

Uyakubiz'uJesu, wophelela phi na wena (Wophelela phi na wena)
Wophelela phi na wena (Uhlalelen'ungakholwa)
Uhlalelen'ungakholwa, akuphendukwa (Ngale kwethuna akuphendukwa)

Woza, woza, woza (Wophelelaphi na wena)
Woza kuJesu uyakubiza (Uhlalelen'ungakholwa)
Uhlalelen'ungakholwa, akuphendukwa (Ngale kwethuna akuphendukwa)

Wethembe'nina woza (Wophelela phi na wena)
Wophelela phi na wena (Uhlalelen'ungakholwa)
Uhlaleleni na wena, uhlalelen'ungakholwa (Ngale kwethuna akuphendukwa)

Wophelelaphi na wena
Uhlalelen'ungakholwa
Ngale kwethuna akuphendukwa

Beliebteste Lieder von Vuyo Mokoena

Andere Künstler von Gospel