Umuntu Wam
Njengoba ngangiphila ngedwa kwami
Nginomunt'owayengibhekile
Awu sengithathiwe (Sebefun'ukungichithela umuzi)
Benza ngathi bayangithanda
Kanti bufun'ukudlala ngami
Bafun'ukungichithela umuzi
Uyaz'ukuthi nginomuntu kodw'uyangishela
Wen'ungishela kanjani
Ngicel'ungiyeke
Mina ngiyazithandel'umuntu wami (Awe)
Mina ngiyazithandel'isoka lami (Awe Ma)
Mina ngiyazithandel'umuntu wami
Ngiyeke bhuti
(Awungiyeke) Ngicel'ungiyeke we bhuti
Ngiyeke bhuti
(Awungiyeke) Ngicel'ungiyeke we bhuti
Nginomuntu wami
(Engimthandayo) Ngicel'ungiyeke we bhuti
Nginesoka lami
(Engilithandayo) Ngicel'ungiyeke we bhuti
Ngiyeke bhuti
(Awungiyeke) Ngicel'ungiyeke we bhuti
Ngiyeke bhuti
(Awungiyeke) Ngicel'ungiyeke we bhuti
Nginomuntu wami
(Engimthandayo) Ngicel'ungiyeke we bhuti
Nginesoka lami
Engilithandayo
Mina ngithol'umuntu
Nawe zama, thol'umuntu
Mina ngithol'umuntu
Nawe zama, thol'umuntu
Thol'umuntu, thol'umuntu
Nawe zama, thol'umuntu
Thol'umuntu, thol'umuntu
Nawe zama, thol'umuntu
Mina ngithol'umuntu
Nawe zama, thol'umuntu
Mina ngithol'umuntu
Nawe zama, thol'umuntu
Thol'umuntu, thol'umuntu
Nawe zama, thol'umuntu
Thol'umuntu, thol'umuntu
Nawe zama, thol'umuntu
We ntombi, awukahl'ukungitshela ngomuntu wakho
Ungithatha kanjani?
Phel'umuntu uthathw'emuntwini
Akekh'umuntu womuntu
Nami ngingumuntu wakho
Ngiqome
Ngicel'ungiqome ngane yabantu
Ngithande
Ngicel'ungithande ngane yabantu
Sengikhulume kwaphel'amagama asenhlizweni
Nqondo yam'iyathatha iyabeka
We ntomb'uyangihlanyisa
Ngiqome
Ngicel'ungiqome ngane yabantu
Ngithande
Ngicel'ungithande mntanomuntu
Ngiyeke bhuti
(Awungiyeke) We ntomb'ungithatha kanjani
Ngiyeke bhuti
(Awungiyeke) We ntomb'ungithatha kanjani
Nginomuntu wami
(Engimthandayo) Nami ngingumuntu wakho
Nginesoka lami
Engilithandayo
Ngiyeke bhuti
(Awungiyeke) We ntomb'ungithatha kanjani
Ngiyeke bhuti
(Awungiyeke) We ntomb'ungithatha kanjani
Nginomuntu wami
(Engimthandayo) Nami ngingumuntu wakho
Nginesoka lami
Engilithandayo
Ngicel'ungiyeke we bhuti
Bengicel'ungiyeke we bhuti
Ngicel'ungiyeke we bhuti
(Bengicel'ungiyeke we bhuti) Mina ngithol'umuntu
Nawe zama, thol'umuntu
(Ngicel'ungiyeke we bhuti) Mina ngithol'umuntu
Nawe zama, thol'umuntu
(Bengicel'ungiyeke we bhuti) Thol'umuntu, thol'umuntu
Nawe zama, thol'umuntu
(Ngicel'ungiyeke we bhuti) Thol'umuntu, thol'umuntu
Nawe zama, thol'umuntu
Ngiyeke bhuti
(Awungiyeke) Ngicel'ungiyeke we bhuti
Ngiyeke bhuti
(Awungiyeke) Bengicel'ungiyeke we bhuti
Nginomuntu wami
(Engimthandayo) Ngicel'ungiyeke we bhuti
Nginesoka lami
(Engilithandayo) Bengicel'ungiyeke we bhuti
Ngiyeke bhuti
(Awungiyeke) Ngicel'ungiyeke we bhuti
Ngiyeke bhuti
(Awungiyeke) Bengicel'ungiyeke we bhuti
Nginomuntu wami
(Engimthandayo) Ngicel'ungiyeke we bhuti
Nginesoka lami
(Engilithandayo) Bengicel'ungiyeke we bhuti
Mina ngithol'umuntu
Nawe zama, thol'umuntu
Mina ngithol'umuntu
Nawe zama, thol'umuntu
Thol'umuntu, thol'umuntu
Nawe zama, thol'umuntu
Thol'umuntu, thol'umuntu
Nawe zama, thol'umuntu
Mina ngithol'umuntu
Nawe zama, thol'umuntu
Mina ngithol'umuntu
Nawe zama, thol'umuntu
Thol'umuntu, thol'umuntu
Nawe zama, thol'umuntu
Thol'umuntu, thol'umuntu
Nawe zama, thol'umuntu