Jabulani [A Tribute To - Ace House]

(Sizombiza masinyane ezulwini laphaya)
(Jabulani bazalwane iNkosi yethu ila)
(Sizombizwa masinyane ezulwini laphaya)

Kule nhlupheko (Nguwe baba)
UJesu uzosokhona
Imithandazo yethu uyi zonke izikhathi ho
Sisalungisele
Injabulo yethu
Woza kuye ngowethu
Uzotholainjabulo yakhe yeye

(Jabulani bazalwane iNkosi yethu ila)
(Sizombizwa masinyane ezulwini laphaya)

Kule nhlupheko (Nguwe baba)
UJesu uzosokhona
Imithandazo yethu uyi zonke izikhathi ho
Sisalungisele
Kuyinjabulo yethu
Woza kuye ngowethu
Uzotholainjabulo yak yeye

(Jabulani bazalwane iNkosi yethu ila)
(Sizombizwa masinyane ezulwini laphaya)
(Jabulani bazalwane iNkosi yethu ila)
(Sizombizwa masinyane ezulwini laphaya)

Ezulwini lapho
Masingena ekhaya
Ukubon’ iNkosi yethu
Sizojabula sonke
Ngoba wasithethelela

(Jabulani bazalwane iNkosi yethu ila)
(Sizombizwa masinyane ezulwini laphaya)
(Jabulani bazalwane iNkosi yethu ila)
(Sizombizwa masinyane ezulwini laphaya)

(Jabulani bazalwane iNkosi yethu ila)
(Sizombizwa masinyane ezulwini laphaya)
(Jabulani bazalwane iNkosi yethu ila)
(Sizombizwa masinyane ezulwini laphaya)

Wissenswertes über das Lied Jabulani [A Tribute To - Ace House] von Zoo Loo

Wann wurde das Lied “Jabulani [A Tribute To - Ace House]” von Zoo Loo veröffentlicht?
Das Lied Jabulani [A Tribute To - Ace House] wurde im Jahr 2013, auf dem Album “A Tribute To - Ace House” veröffentlicht.

Beliebteste Lieder von Zoo Loo

Andere Künstler von