Amandl'endoda

Angibon'ukuthi mina
Ngiyobe ngikhohlwe madoda
Awu ngamandl'ami

Angibon'ukuthi mina
Ngiyobe ngikhohlwe madoda
Awu ngamandl'ami

Angibon'ukuthi mina
Ngiyobe ngikhohlw'emhlabeni
Awu ngamandl'ami

Athathwe yindod'emnyama yonke
Yabant'abaya eMlazi
Zalala zingadlile ezakithi iyingane

Athathwe yindod'emnyama yonke
Abant'abaya eMlazi
Zalala zingadlile ezakithi iyingane

Mina ngisebenza kanzima
Ngehla ngenyuka ngilala ngidl'usizi

Sul'izinyembezi
Xolis'umoya wakho
Awaphel'amandl'endoda weh mntanami
Awaphel'amandl'endoda

Sul'izinyembezi
Xolis'umoya wakho
Awaphel'amandl'endoda weh mntanami
Amandl'endoda awapheli

Sul'izinyembezi
Xolis'umoya wakho
Awaphel'amandl'endoda weh mntanami
Awaphel'amandl'endoda

Angibon'ukuthi mina
Ngiyoke ngikhohlw'emhlabeni
Awu ngamandl'ami

Angibon'ukuthi mina
Ngiyoke ngikhohlw'emhlabeni
Awu ngamandl'ami

Athathwe yindod'emnyama yonke
Abant'abaya eMlazi
Zalala zingadlile ezakithi iyingane

Mina ngisebenza kanzima
Ngehla ngenyuka ngilala ngidl'usizi

Sul'izinyembezi
Xolis'umoya wakho
Awaphel'amandl'endoda weh mntanami
Awaphel'amandl'endoda

Sul'izinyembezi
Xolis'umoya wakho
Awaphel'amandl'endoda weh mntanami
Amandl'endoda awapheli

Sul'izinyembezi
Xolis'umoya wakho
Awaphel'amandl'endoda weh mntanami

Beliebteste Lieder von Bhekumuzi Luthuli

Andere Künstler von African music