Imbamgbezela

Weh mbambezel'awungiyeke
Weh buthongo bentathabusa
Weh mbambezel'awungiyeke
Weh buthongo bentathabusa
Weh mbambezel'awungiyeke
Weh buthongo bentathabusa

Ufuna lent'ingishaye, ndawonye
Ndawonye, ndawonye, ndawonye
Awungiyeke ngivuke ngiyozama

Ufuna lent'ingishaye, ndawonye
Ndawonye, ndawonye, ndawonye
Wangiqatha nendlala

Angifuni ukuthi uma sengifile
Bath'abantu kimi
Ngazalwa, ngadla, ngahlupha ngaqede ngafa

Angifuni ukuthi uma sengifile
Bath'abantu kimi
Ngazalwa, ngadla ngahlupha ngaqede ngafa

Suka kimi buthongo ngiyeke ngivuke ngiyozama
Ngob'inkomo yobuthongo ayikho
Suka kimi buthongo ngiyeke ngivuke ngiyozama
Ngob'inkomo yobuthongo ayikho
Suka kimi buthongo ngiyeke ngivuke ngiyozama
Ngob'inkomo yobuthongo ayikho
Bath'inkomo yobuthongo ayikho

Weh mbambezel'awungiyeke
Weh buthongo bentathabusa
Weh mbambezel'awungiyeke
Weh buthongo bentathabusa

Ufuna lent'ingishaye, ndawonye
Ndawonye, ndawonye, ndawonye
Awungiyeke ngivuke ngiyozama

Angifuni ukuthi uma sengifile
Bath'abantu kimi
Ngazalwa, ngadla, ngahlupha ngaqede ngafa

Angifuni ukuthi uma sengifile
Bath'abantu kimi
Ngazalwa, ngadla, ngahlupha ngaqede ngafa

Suka kimi buthongo ngiyeke ngivuke ngiyozama
Ngob'inkomo yobuthongo ayikho
Uzoyithatha phi imali uma ulele?

Suka kimi buthongo ngiyeke ngivuke ngiyozama
Ngob'inkomo yobuthongo ayikho
Nakwezomnotho ishumi liyacula

Suka kimi buthongo ngiyeke ngivuke ngiyozama
Ngob'inkomo yobuthongo ayikho
Wen'uzoyithatha phi imali uma ulele

Beliebteste Lieder von Bhekumuzi Luthuli

Andere Künstler von African music