Ngifun'ukubeka Eyami

Weh sgubh'eqolo ake ungisize mfo kababa
Awuleth'iphepha, uleth'ipeni
Weh sgubh'eqolo ake ungisize mfanakithi
Awuleth'iphepha, uleth'ipeni

Nang'umuntu ekhala
Ufun'impendulo
Nang'umuntu ekhala
Ufun'impendulo

Ngiyabhala manje ngiyayiposa manje
Ngiyabhala manje ngiyayiposa manje

Ngithi awuyisuse leyo nduku ephambi kweyinsizwa
Sengifun'ukubek'eyami
Nans'eyami

Awuyisuse leyo nduku iyakheth insizwa
Sengifun'ukubek'eyami
Nans'eyami

Ngithi awuyisuse leyo nduku ephambi kweyinsizwa
Sengifun'ukubek'eyami
Nans'eyami

Weh sgubh'eqolo ake ungisize mfo kababa
Awuleth'iphepha, uleth'ipeni
Weh sgubh'eqolo ake ungisize mfanakithi
Awuleth'iphepha, uleth'ipeni

Nang'umuntu ekhala
Ufun'impendulo
Nang'umuntu ekhala
Ufun'impendulo

Ngiyabhala manje ngiyayiposa manje
Ngiyayibhala manje ngikhathele manje

Awuyisuse leyo nduku ephambi kweyinsizwa
Sengifun'ukubek'eyami (Nguban'ongamel'ukushada)
Nans'eyami (Ngeke)

Sengifun'ukubek'eyami (Nguban'ongamel'ukushada)
Nans'eyami (Ngeke)

Sengifun'ukubek'eyami (Nguban'ongamel'ukushada)
Nans'eyami (Ngeke)
Sengifun'ukubek'eyami

Awuyisuse leyo nduku ephambi kweyinsizwa
Sengifun'ukubek'eyami (Ngeke ngiyimele lento)
Nans'eyami (Ngeke)

Sengifun'ukubek'eyami (Nguban'ongamel'ukushada)
Nans'eyami (Ngeke)
Sengifun'ukubek'eyami (Nguban'ongamel'ukushada)
Nans'eyami (Ngeke)
Sengifun'ukubek'eyami

Awuyisuse leyo nduku iyakheth'insizwa
Sengifun'ukubek'eyami (Ngeke ngiyimele lento)
Nans'eyami (Ngeke)

Sengifun'ukubek'eyami (Ngeke mina)
Nans'eyami (Ngeke)
Sengifun'ukubek'eyami (Ngeke mina)
Nans'eyami (Ngeke)

Sengifun'ukubek'eyami
Nans'eyami
Sengifun'ukubek'eyami
Awuyisuse leyo nduku ephambi kweyinsizw

Beliebteste Lieder von Bhekumuzi Luthuli

Andere Künstler von African music