Ngizokwala
Heyi wena weh mntan'omuntu
Yini na weh mntan'omuntu
Yini na wazwel'umoya wakho
Sebezothi ukhaliswa yimi
Kodwa wen'uyalazi iqiniso
Yilotshwal'obungen'inhliziyo yakho
Yilotshwal'obungen'inhliziyo yakho
Sebezothi ukhaliswa yimi
Kodwa wen'uyalazi iqiniso
Yilotshwal'obungen'inhliziyo yakho
Yilotshwal'obungen'inhliziyo yakho
Uthintelan'amabhakede ngathini kuwe
Uthintelan'amabhakede ngathini kuwe
Uma ngikufak'ikharente
Wen'uzothi unebhadi
Ngizosuke ngikwale bese usuyajik'uyakhala
Uma ngikufak'ikharente
Wena uzothi uyaliwa
Ngizosuke ngikwale bese usuyajik'uyakhala
Ngizokwala
Uzokhala
Ngizosuke ngikwale bese usuyajik'uyakhala
Uma ngikufak'ikharente
Wen'uzothi unebhadi
Ngizosuke ngikwale bese usuyajik'uyakhala
Ngizokwala
Uzokhala
Ngizosuke ngikwale bese usuyajik'uyakhala
Heyi wena weh mntan'omuntu
Yini na weh mntan'omuntu
Yini na wazam'umoya wakho