Somandla
Weh Nkulunkulu, Somandla siyakunxusa
Ngena nathi kulendawo Baba
Weh Nkulunkulu, Somandla siyakunxusa
Ngena nathi kulendawo Baba
Weh Nkulunkulu, Somandla
Phuma nath'uphind'usale nabasalayo
Sisho kuwe ngilosi ekhanyisel'izwe lonke
Isandl'esembethe izulu nomhlaba
Sisho kuwe ngilosi ekhanyisel'izwe lonke
Isandl'esembethe izulu nomhlaba
Sisho ngob'uyakwazi
Ukuphuma nabaphumayo
Usale nabasalayo
Sisho ngob'uyakwazi
Ukuphuma nabaphumayo
Usale nabasalayo
Sisho ngob'uyakwazi
Ukuphuma nabaphumayo
Usale nabasalayo
Weh Nkulunkulu, Somandla siyakunxusa
Ngena nathi kulendawo Baba
Weh Nkulunkulu, Somandla siyakunxusa
Ngena nathi kulendawo Baba
Sisho kuwe ngilosi ekhanyisel'izwe lonke
Isandl'esembethe izulu nomhlaba
Sisho kuwe ngilosi ekhanyisel'izwe lonke
Isandl'esembethe izulu nomhlaba
Sisho ngob'uyakwazi
Ukuphuma nabaphumayo
Usale nabasalayo
Sisho ngob'uyakwazi
Ukuphuma nabaphumayo (Babusise bonke)
Usale nabasalayo
Sisho ngob'uyakwazi
Ukuphuma nabaphumayo (Babusise bonke)
Usale nabasalayo