Umaqomana
Wen’uthel’amanzi enhlana wedada
Ungitshela ngendaba zothando
Wen’uthel’amanzi enhlana wedada
Ungitshela ngendaba zothando
Wen’uthel’amanzi enhlana wedada
Ufuna sidlal’umaqomana
Phela angisamdlal’umaqomama
Ngakutshela kahle amathub’esavuma
Ngathi khulula unembeza, unembeza
Ngakutshela kahle amathub’esavuma
Ngathi khulula unembeza, unembeza
Wavele wangiqhoshela
Ngamushaya umendo heshe
Xola
Ngakutshela kahle amathub’esavuma
Ngathi khulula unembeza, unembeza
Wavele wangiqhoshela
Ngamushaya umendo heshe
Xola ngeke ngisawumdlal’umjolo
Nami ngeke ngisawumdlal’umjolo
Wen’uthel’amanzi enhlana wedada
Ungitshela ngendaba zothando
Wen’uthel’amanzi enhlana wedada
Ungitshela ngendaba zothando
Wen’uthel’amanzi enhlana wedada
Ufuna sidlal’umaqomana
Wen’uthel’amanzi enhlana wedada
Ngeke ngisamdlal'umaqomana
Eyi umaqomana
Useyangiphul’umoya
Umaqomana
Useyangiphul’umoya
Ngakutshela kahle amathub’esavuma
Ngathi khulula unembeza, unembeza
Wavele wangiqhoshela
Ngamushaya umendo heshe
Xola ngeke ngisamdlal’umjolo
Ngakutshela kahle amathub’esavuma
Ngathi khulula unembeza, unembeza
Wavele wangiqhoshela
Ngamushaya umendo heshe
Xola ngeke ngisamdlal’umjolo
Nami ngeke ngisamdlal’umjolo
Ufike kabi mntanomuntu sengikhonjiwe
Uyangifaka uyangikhipha angisenandaba
Ngeke ngisawudlal’unjolo
Sekonakele mntanomuntu sengikhonjiwe
Uyangikhipha uyangifaka angisenandaba
Ngeke ngisawudlal’unjolo
Ufike kabi mntanomuntu sengikhonjiwe
Uyangifaka uyangikhipha angisenandaba
Ngeke ngisadlal’unjolo