Abazali

Ngikhumbula mina (ngikhumbula abazali bam'ekhaya)
Esabashiya (esabashiy'emakhaya)
Ngikhumbula mina (ngikhumbula abazali bam'ekhaya)
Esabashiya (esabashiy'emakhaya)

(Ngoba thina siyajabula uma sinibona nisaphila)
(Ngoba thina siyajabula uma sinibona nisaphila)
Baba no mama(ngoba thina siyajabula, siyingane zenu eziphum'egagasini)
(Ngoba thina siyajabula uma sinibona nisaphila)
(Ngoba thina siyajabula uma sinibona nisaphila)
Baba no mama (ngoba thina siyajabula, siyingane zenu eziphum'egagasini)

Uyothi wabonani wena
(Gabi gabi, wena nsizw'ehlalendlini)
Wabonani
(Uyothi wabonani)
(Ngabona izintombi zidlal'umgqashiyo)
Uyothi wabonani wena
(Gabi gabi, wena nsizw'ehlalendlini)
Wabonani
(Uyothi wabonani)
(Ngabona izintombi zidlal'umgqashiyo)
Uyothi wabonani
(Uyothi wabonani)
(Ngabona izintombi zidlal'umgqashiyo)
Uyothi wabonani
(Uyothi wabonani)
(Ngabona izintombi zidlal'umgqashiyo)
Gabi gabi ngampela
(Uyothi wabonani)
(Ngabona izintombi zidlal'umgqashiyo)
Uyothi wabonani
(Uyothi wabonani)
(Ngabona izintombi zidlal'umgqashiyo)
Gabi gabi ngampela
(Uyothi wabonani)
(Ngabona izintombi zidlal'umgqashiyo)

Wissenswertes über das Lied Abazali von Ladysmith Black Mambazo

Wann wurde das Lied “Abazali” von Ladysmith Black Mambazo veröffentlicht?
Das Lied Abazali wurde im Jahr 1974, auf dem Album “Imbongi” veröffentlicht.

Beliebteste Lieder von Ladysmith Black Mambazo

Andere Künstler von World music