Ikhaya Lamaqhawe - Home of the Heroes
Kukhon' ikhaya lamaqhawe anqobileyo
Kuhlala abancwele bodwa lapho
Izono nobohlungu nokuhlupheka akungeni khona
Nokukhala nokungcola kuvalelwe ngaphandle
Akungeni khona

Hawu, izobuya inkosi yamakhosi (Amen)
Uzobuy' uJesu emhlabeni (Amen)
Uzoshonaphi ongenaye uJesu (Amen)
Amen (Amen, hallelujah)
O, sibiza bonke abantu (Amen)
Bonk' abantu mabeze kuJesu (Amen)
Wen' uzoshonaphi, ongenaye uJesu (Amen)
Amen (Amen, hallelujah)
Kush' iNkosi yamabandla (O, ngiyathanda abangithandandayo)
Kush' iNkosi yamabandla (Abangifunayo bayangifumana)
Kush' iNkosi yamabandla (Amen)